Latest News Editor's Choice


Entertainment / Music

1ns and 2s with DJ-Sticha - Know your Song Mondays

by DJ-Sticha
18 Apr 2016 at 09:03hrs | Views
You know it's a dope Monday when you see "know your song Mondays", today ngithe shwii ngavumbuka koNtuthu zuyathunqa, koMfaz' ushay' indoda ngay' eMakopeni, eMakhandeni la engithole khona uMrapper who goes by the name Zimoxion. Nhlanhla Moyo aka Zimoxion who was born and bred in Bulawayo, Zimbabwe. Namhlanje usichazela ngesingle yakhe eshis' izikhotha titled "Soweto status"

"Soweto status: It's a single rap song ekhuluma ngabantu abaphum' elokishini, ikhuluma ngomphando(hustling) owenziwa ngabantu abaphuma endaweni engathi ibukelwa phansi ikakhulu ngabantu abahlala emaSurbabs and Town. Lengoma ikhulama ngama daily struggles for survival abhekane nabolova who struggle to make the ends meet njalo it celebrates those who have made it from elokishini and are now heroes from zeros. Ikhuthaza intsha ukuthi noma ungubani, ophumaphi, ungakwazi ukuba wutho empilweni from nothing to something.

Omuny' umuntu usengazibuza why Soweto if I was born eMakhandeni, well it's basically my way of saying "ilokishi" by saying Soweto njalo ngikhulele khona eSoweto namanje yila engibhace khona so it's not centred eSoweto nje kodwa ikhuluma ngawo wonke amalokishi.

Engingifis' ukukudlulisa to all the upcoming musicians be it Hip-hop or any other genre, yikuthi ungabi namahloni ngendawo ophuma kuyo, nginokuzwa ezingomeni ezinengi abantu sebefaka lokh' okubizwa "ngetwang" bezama ukuzwakala engathi bhaphila impilo thizeni kukanti ayikho into embi ngokuzalelwa elokishini.

Empilweni you can become a president of a country from ekasi, we have the likes of oZola from Soweto, oS'bu from Tembisa, Cal_vin from Luveve, Sandra Ndebele from eMakokoba bonke lab' abantu baphum' ekasi kodwa they managed to do big things, ngakho ngikhuthaza wena nawe futhi ukuthi uliphakamele ikasi lakho".

Here is the link to Zimoxion's single, download and share . http://www.datafilehost.com/d/ebc66d3c

For Bookings call Zimoxion on: +27 62 814 9397

Facebook: Nhlanhla Moyo

Masicobelan' ulwazi, masikhulisan' emculweni

If you want your song to be featured on this platform, send your song's link and the story behind it's lyrics to keithphkathi@gmail.com

Source - DJ-Sticha